isiphahluka umuthi uses
Isphahluka umuthi osebenza kakhulu mawuthaka ubulawu bezinziwa
ezishelayo kati sihle kakhulu mawuthaka umuthi wezithi ubathola bephahluka, uma
ufuna umuntu akutshele izimfihlo uyasebenza uSiphahluka lapho.
Isiphahluka umuthi uyangena kumuthi we interview.
usiphahluka umuthi
- wenza abantu baphakuhluke
- uyangena emithini ye interview
umuthi wokuthandwa
Lomuthi uyipackage wonke uyahambisana,
muhle uma kunabantu abavele bakuzonde ungenzile lutho.
Step 1
- Lukuluku
- igobandlovu
- Ntolwane
- Sphahluka
Uphalaze izinsuku ezinthathu bese
Step 2
- Mnandi noveshe
- Mlomomnandi
- vela behleke
Bese uza ngalona
Step 3 (Last step)
- velabehleke
- gobandlovu
- mlomomnandi
- nhlanhl' emhlophe
- unhlanhleni
- mkhanyakude
- losilina kancane
Uzothi uma uya kubantu labo abakuzondayo noma uya emzini kuwu december uphalaze ngalona.
Noma uhamba uyoshela, noma uhamba uyofuna umsebenzi.
Isikhafulo esinamandla esinomuthi sphahluko
Ake senze isikhafulo sesibuko ngokuhlanganisa isiphahluko kanye nalemithi elandelayo,
uzothi uma sewusenza lesikhafulo bese ufaka isithombe (photo) salowo ofuna abuye & isibuko (mirror) esincane esisha esithengwe
nguwe esingakaze sisebenze:
- Ndabulavalo
- Cimamlilo
- Mlomomnandi
- Ngoba makhosi
- Sphahluko
- Mabusane
- Mayime
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |